Essentials OT3-2429 Mode D'emploi page 30

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
AMASU OKUPHEKA
1.
Ngaphambi kokufaka ukudla kuhhavini, gcoba uwoyela endaweni yokosa.
2.
Beka ithileyi ngaphansi kwendawo yokosa ukugwema ukuthi uwoyela ungaconseli
phakathi kuhhavini.
3.
Uma ukudla okuzophekwa kunamafutha, isibonelo inkukhu ethoswayo, yemboza
ngocwecwe bese ubeka elinye icwecwe ethileyini. Lokhu kuzogwema ukuthi umhluzi
wenyama ungangcolisi uhhavini.
Qaphela: Le ndawo evulekayo izobe ishisa ngenkathi uphekile.
AMAZINGA OKUSHISA (
I (50)
II (100)
III (150)
IV (200)
V (250)
1.
Qala ushisise uhhavini imizuzu emi-5 - 10 ngaphambi kokuthi upheke noma ikuphi
ukudla.
2.
Ungalungisa indawo yethileyi ngokulandela ngobukhulu noma ubuncane kokudla
kanye nesikhathi sokubhaka.
3.
Ungakugada ukudla ngaphandle kwefasitela lengilasi ngenkathi ubhaka.
Uma ufuna ukubeka isikhathi sicela ubheke leli thebula elilandelayo:
UKUDLA
Amakhekhe, Ibhiksidi
Isinkwa, nekhekhe lasepanini
Amakinati
Isiteki, izimbambo, amakhekhe
Amakhekhe, ama-tart
Inkukhu, Idada, Ihansi
UKUNAKEKELA NOKUSIHLANZA
1.
Emva kokusebenzisa buyisela zonke izikinobho ku "0" noma "MIN" bese ukhipha
iplaki kusokhethi kagesi. Qinisekisa ukuthi uhhavini uyaphola, bese usula
ngaphandle nangaphakathi ngendwangu eswakeme noma isiponji.
usebenzise iwuli yensimbi noma izinto zokuhlanza ezinzima/ezihayayo kuhhavini
wakho omncane ngoba lokhu kungawulimaza.
2.
UNGAWUFAKI UHHAVINI EMANZINI NOMA NAKULIPHI UKETSHEZI.
3.
Njalo
hlanza
izindawo
ukuwusebenzisa. Gcina isivalo sikahhavini sivulekile ukuze wome.
4.
Qinisekisa ukuthi zonke izinto ezine-acid (ulamula nowoyela) uyakuhlanza
ngokushesha emva kokukusebenzisa.
5.
Ithileyi nendawo yokosa kungahlanzwa ngezinto zokuhlanza namanzi. Kungcono
ukusebenzisa ophawoda abomile bokuhlanza ukuhlanza ingaphakathi nengaphandle
likahhavini.
c)
ONGAWASEBENZISA
0
Ukuncibikalisa. Ukushisisa. Ukulondoloza. Ukubila
Ibhiksidi. Amakhekhe. Ama-tart
Amadombolo athosiwe. Amakhekhe
Isinkwa, amadombolo afrayiwe, ikhekhe lasepanini,
amakinati. Ilayisi elisebhokisini.
Inkukhu. Ihansi. Idada. Inyama. Ufishi
ISIKHATHI SOKUBHAKA (IMIZUZU)
ezinombala
nezikathayela
29
10-12'
12-15'
15-20'
20-25'
25-30'
30-35'
Ungalokothi
kuhhavini
uma
uqeda

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour Essentials OT3-2429

Ce manuel est également adapté pour:

10427022

Table des Matières