ISIZULU
Ukusetshenziswa kwentambo yokunweba kulento akunconyiwe. Kodwa-ke, uma
kunesidingo sokuthi usebenzise intambo yokunweba, qinisekisa ukuthi intambo
iwalungele amandla asetshenziswa yileyonto kagesi ukugwema ukuthi ingashisi
kakhulu intambo yokunweba, into kagesi noma indawo yepulaki. Ungayibeki intambo
yokunweba endaweni lapho engadonswa khona izingane noma izilwane noma
ibakhube.
Lento kagesi ayikulungele ukusetshenziswa ngaphandle. Ungayisebenziseli okunye
lento ngaphandle kwalokhu ehloselwe ukusetshenziselwa khona.
Ungayibambi into kagesi ngentambo kagesi.
Ungazithinti izindawo ezishisayo ngqo. Sebenzisa izibambo noma amakhanda.
Ungayishiyi yodwa lento ngenkathi uyisebenzisa. Njalo uma ungayisbenzisi iyunithi
ikhiphe epulakini. Iyeke iphole ngaphambi kokuthi ufake noma ukhiphe izingxenye
ezithile, nangaphambi kokuyihlanza.
Njalo lento isebenzisele endaweni ebushelelezi, eqondile enganyakazi. Ungayibeki
lento endaweni eshisayo.
Umkhiqizi
angeke
ukusetshenziswa ngendlela engalungile noma engeyiyo yalento kagesi, noma
ukulungiswa owenziwe umuntu ongagunyaziwe ukwenza lokho.
Uma kwenzeka kube nezinkinga zobuchwepheshe, cima ungazami ukuwulungisa
ngokwakho. Phindisela into kagesi endaweni egunyaziwe ezoyilungisa ukuze
bayihlole, bayilungise noma bayikhande. Njalo gcizelela ukusebenzisa izingxenye
zokuqala. Ukuhluleka ukuthobela lesi sixwayiso nemiyalelo ebalulwe ngenhla
kungaphazamisa ukusebenza okuphephile kukahhavini omncane.
abe
necala
lokulimala noma ukulinyazwa
26
okubangelwe