Essentials OT3-2429 Mode D'emploi page 26

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
ISINGENISO
Siyabonga ngokuthi uthenge uhhavini wethu omncane wakwa-essesntials. Iyunithi
ngayinye yakhiwe ngendlela yokuqinisekisa ukuphepha, ukwethenjwa, nokusebenziseka
kalula. Ngaphambi kokuthi uyisebenzise, sicela ufundisise lemiyalelo bese uyayigcina
ngendlela ephephile ukuze ubuye ubheke kuyo esikhathini esizayo.
OKUBALULEKILE UKUZE UYIVIKELE
Uma usebenzisa uhhavini wakho omncane
imiyalelo yokuvikela, kubandakanya lokhu okulandelayo:
Lento
esebenza
(kubandakanya izingane) ezinemizimba, izinzwa noma imiqondo engasebenzi
ngokuphelele, noma abangenalo ulwazi mayelana nokusetshenziswa kwalo
mkhiqizo, ngaphandle uma kukhona obaqaphile noma beyinikeziwe imiyalelo
mayelana nokusetshenziswa kwento kagesi umuntu okungumsebenzi wakhe
ukuze baphephe.
Izingane kumele kube khona oziqaphayo ukuze kuqinisekwe ukuthi azidlali
ngento kagesi.
Njalo qinisekisa ukuthi amandla kagesi abhalwe
ayahambisana nalawo asekhaya lakho.
Jwayela ukubheka intambo kagesi kanye namapulaki ukuthi akulimele yini. Uma
intambo noma ipulaki ilimele, kumele umkhiqizi afake enye noma umuntu
ongungoti kulokhu ukuze ugweme ubungozi bukagesi.
Lento
esebenza
Ukuwusebenzisela ifemu noma ukuhweba kuzoqeda iwaranti, kanti nomhlinzeki
angeke abe necala uma kuba nokulimala komuntu noma ukulimala okudalwe
ukusebenzisa uhhavini ngezinye izinhloso ngaphandle kwehloselwe khona.
Ukuyisebenzisa ngendlela okungeyiyo noma ukuyisebenzisela okungekhona
kungayilimaza futhi kulimaze nalowo oyisebenzisayo.
Ungayisebenzisi uma ike yawa noma yalimala ngandlela thize. Uma ilimele,
hambisa iyunithi leyo iyohlolwa bese/noma ilungiswe yi-ejenti yosizo egunyaziwe.
Ukunciphisa ubungozi bokushaywa ugesi, ungayifaki emanzini noma nakuliphi
uketshezi noma ubeke obala imotho, ipulaki noma intambo kagesi.
Uma uyihlanza, ungayifaki emanzini noma nakuyiphi into ewuketshezi.
Susa ipulaki kusokhethi ngokuthi uyibambe ipulaki. Ungayidonsi intambo uma
ukhipha into kagesi lapho exhunywe khona. Njalo ikhiphe eplakini uma
ingasebenzi, ngaphambi kokuyihlanza noma uma kukhona izingxenye ozifakayo
noma ozikhiphayo.
Ukusetshenziswa kwezinto zokwengeza ezinganconyiwe noma ezingahlinzekwa
ngumhlinzeki zingadala ukulimala, umlilo noma ukushaywa ugesi.
Ungayiyeki intambo ilenge ekugcineni kwetafula noma kwekhawunta. Qinisekisa
ukuthi intambo ayikho endaweni lapho ingadonseka khona ngephutha.
Ungayivumeli inatmbo ithinte indawo eshisayo futhi ungayibeki phezulu noma
eduze kwegesi eshisayo noma isitofu sikagesi noma kuhhavini oshisisiwe.
wakwa-essentials , kumele ulandele
ngogesi
ayihloselwe
ngogesi
ihloselwe
ukusetshenziswa
25
ukuthi
isetshenziswe
kulebuli yesilinganiso
ekhaya
abantu
kuphela.

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour Essentials OT3-2429

Ce manuel est également adapté pour:

10427022

Table des Matières