ISIZULU
•
Ungalokothi uzame ukuvula noma iyiphi ingxenye yeketela noma uphazamise izilawuli.
Inkampani angeke ibe necala uma kwenzeka liba nokungasebenzi uma lomyalelo
ungalalelwanga.
•
Ukunciphisa ubungcuphe bobungozi bukagesi, ukusebenzisa intambo yokuxhuma
noma iplaki akuvumelekile.
•
LELI KETELA ELOKUBILISA AMANZI KUPHELA.
•
Leli ketela kumele lisetshenziselwe phezu kwento yokubeka ehlinzekiwe.
•
Ungalisebenzisi esitofini segesi noma sikagesi noma kuhhavini noma eduze komlilo
ovulekile.
YAZI IKETELA LAKHO
1. Isivalo esikhiyekayo
2. Isisefo samanzi esiphumayo
3. Umbhobho
4. Igeyiji yamanzi
5. Isibambo
6. Iswishi enenkomba
7. Ingezansi likagesi
UKUCACISWA
Umthamo
: 1.70 amalitha
Amandla
:
AC 220-240 V/50 Hz
kagesi
:
Amawathi
:
1850-2200 W
Iplaki
: iplaki enophini aba-3 esekeliwe. (ukunciphisa ubungozi bokushaywa
ugesi)
I-thermostat
: umkhiqizo wakwa-Strix
UKUSEBENZISA IKETELA LAKHO
Ngaphambi kokuthi ulisebenzise okukuqala, sicela ulandele lemiyalelo:
1. Susa konke obekupakishile kanye namalebuli.
2. Gcwalisa iketela lifike lapho ligcina khona MAX. Bilisa. Chitha amanzi. Kuphinde kabili
lokhu kwenza.
All manuals and user guides at all-guides.com